MenuImenyu

I Love Myself — Teacher Guide

I Love Myself / Ngiyazithanda Teacher Guide front cover

Ngiyazithanda — Umhlahlandlela Kathisha

Support meaningful conversations and shared learning.

I Love Myself / Ngiyazithanda Teacher Guide is a companion to the bilingual English–isiZulu Storybook and Activity Workbook for children aged 4–6.

Use the guide to support conversations about self-love, confidence and feelings, and to connect shared reading with activities.

Encourage children to participate in English or isiZulu, share their ideas and develop at their own pace.

Created for Grade R teachers, ECD practitioners, parents, homeschoolers and caregivers.

Sekela izingxoxo ezakhayo nokufunda ndawonye.

I Love Myself / Ngiyazithanda – Umhlahlandlela Kathisha usetshenziswa kanye nencwadi yezindaba neNcwadi Yokusebenzela ezibhalwe ngesiNgisi nangesiZulu, ezenzelwe izingane ezineminyaka emi-4 kuya kweyisi-6.

Sebenzisa lo mhlahlandlela ukusekela izingxoxo ngokuzithanda, ukuzethemba nemizwa, nokuxhumanisa ukufunda ndawonye nemisebenzi.

Khuthaza izingane ukuba zibambe iqhaza ngesiNgisi noma ngesiZulu, ziveze imibono yazo futhi zithuthuke ngejubane lazo.

Wenzelwe othisha beBanga R, abafundisi bezingane ezincane, abazali, abafundisa izingane emakhaya kanye nabanakekeli bezingane.

FormatUhlobo
Teacher Guide
Age groupIminyaka yobudala
4–6
AuthorUmbhali
Amanda Lombard
PublisherUmshicileli
Thandi Share Publishing