MenuImenyu

About Thandi Share

Lindi clapping in her blue school uniform

Two languages. Confident beginnings.

Izilimi ezimbili. Isiqalo esinokuzethemba.

Thandi Share Publishing is an independent publishing brand created by Amanda Lombard in Durban, KwaZulu-Natal.

IThandi Share Publishing yibhizinisi elizimele lokushicilela elasungulwa ngu-Amanda Lombard eThekwini, KwaZulu-Natal.

We create bilingual English–isiZulu books and resources for children aged 4–6, with a focus on shared reading, confidence and playful learning.

Sakha izincwadi nezinsiza ezibhalwe ngesiNgisi nangesiZulu zezingane ezineminyaka emi-4 kuya kweyisi-6. Sigxila ekufundeni ndawonye, ekuzethembeni nasekufundeni ngokudlala.

Our resources support parents, Grade R teachers, ECD practitioners, homeschoolers and caregivers in sharing meaningful moments with children.

Izinsiza zethu zisiza abazali, othisha beBanga R, abafundisi bezingane ezincane, abafundisa izingane emakhaya kanye nabanakekeli bezingane ukuba bachithe isikhathi esibalulekile nezingane.

Rooted in KwaZulu-Natal, we value isiZulu language, culture and heritage.

Njengoba sizinze KwaZulu-Natal, siyalwazisa ulimi lwesiZulu, amasiko namagugu alo.