Ngiyazithanda
Every child deserves to feel valued.
I Love Myself / Ngiyazithanda is a bilingual English–isiZulu storybook for shared reading with children aged 4–6. Explore self-love, confidence and feelings together.
Read together, talk about the pictures and invite children to share their thoughts in English or isiZulu.
Created for parents, Grade R teachers, ECD practitioners, homeschoolers and caregivers. It can be used alongside the Activity Workbook and Teacher Guide.
Yonke ingane ifanelwe ukuzizwa ibalulekile.
I Love Myself / Ngiyazithanda yincwadi yezindaba ebhalwe ngesiNgisi nangesiZulu, eyenzelwe ukufundwa ndawonye nezingane ezineminyaka emi-4 kuya kweyisi-6. Hlolani ukuzithanda, ukuzethemba nemizwa ndawonye.
Fundani ndawonye, nixoxe ngezithombe, bese nikhuthaza izingane ukuba ziveze imicabango yazo ngesiNgisi noma ngesiZulu.
Yenzelwe abazali, othisha beBanga R, abafundisi bezingane ezincane, abafundisa izingane emakhaya kanye nabanakekeli bezingane. Ingasetshenziswa kanye neNcwadi Yokusebenzela noMhlahlandlela Kathisha.
- FormatUhlobo
- Storybook
- Age groupIminyaka yobudala
- 4–6
- AuthorUmbhali
- Amanda Lombard
- PublisherUmshicileli
- Thandi Share Publishing



