Ngiyazithanda — Incwadi Yokusebenzela
Explore, talk and create together.
I Love Myself / Ngiyazithanda Activity Workbook is a bilingual English–isiZulu companion to the Storybook, created for children aged 4–6.
The activities encourage children to explore self-love, confidence and feelings through conversation and creative expression.
Use it at home or in Grade R, with an adult guiding and encouraging each child at their own pace. It can be used alongside the Storybook and Teacher Guide.
Hlolani, nixoxe futhi nakhe ndawonye.
I Love Myself / Ngiyazithanda – Incwadi Yokusebenzela ibhalwe ngesiNgisi nangesiZulu. Yenzelwe izingane ezineminyaka emi-4 kuya kweyisi-6, ukuze isetshenziswe kanye nencwadi yezindaba.
Imisebenzi ikhuthaza izingane ukuba zihlole ukuzithanda, ukuzethemba nemizwa ngokuxoxa nangokuveza imibono yazo ngobuciko.
Yisebenziseni ekhaya noma eBangeni R, umuntu omdala eqondisa futhi ekhuthaza ingane ngayinye ukuba isebenze ngejubane layo. Ingasetshenziswa kanye nencwadi yezindaba noMhlahlandlela Kathisha.
- FormatUhlobo
- Activity Workbook
- Age groupIminyaka yobudala
- 4–6
- AuthorUmbhali
- Amanda Lombard
- PublisherUmshicileli
- Thandi Share Publishing




